{"id":1086,"date":"2019-04-05T09:26:13","date_gmt":"2019-04-05T09:26:13","guid":{"rendered":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/?p=1086"},"modified":"2019-04-05T09:26:13","modified_gmt":"2019-04-05T09:26:13","slug":"umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile","status":"publish","type":"post","link":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/","title":{"rendered":"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile"},"content":{"rendered":"<h1>UMqulu wamaLungelo: amalungelo ayi-10 abalulekile<\/h1>\n<p>Amalungelo abantu ayingxenye abalulekile ezimpilweni zabo bonke abantu, amalungelo wena, kanye nawo wonke umuntu, esinawo, ngoba singabantu. ENingizimu Afrika, uMthethosisekelo uvikela amalungelo awo wonke umuntu \u2013 uMqulu wamaLungelo, otholakala Esahlukweni Sesibili soMthethosisekelo, uqukethe lamalungelo. Kubalulekile ukuthi wazi uMqulu wamaLungelo ngoba uvikela amalungelo akho ezepolitiki kanye nokuhlala \u2013 ngakho ke onke amalungelo azokuthinta njalo ekuhlaleni.<\/p>\n<p>UMqulu wamaLungelo uvikela \u201cbonke abantu ezweni lethu\u201d, lokhu kusho ukuthi kusebenza kubo bonke abantu eNingizimu Afrika, noma ngabe abazona izakhamizi. UMqulu wamaLungelo futhi uyacacisa ukuthi umbuso (wonke umuntu okuhulumeni) kumele alalele uMqulu wamaLungelo.<\/p>\n<p>Into ukuthi\u2026 uMqulu wamaLungelo <em>mude! <\/em>Noma kufanele ukuthi wonke umuntu afunde yonke into, kodwa kunzimana ukuwuqonda. Ngakho-ke, ukukusiza sihlanganise uhla lwamalungelo abalulekile ayi-10 okumele uwazi aseMqulwini wamaLungelo. Lokhu kufingqwa okwenziwe lula kuzokunika isiqalo sokwazi amalungelo akho kanye namalungelo abanye- <em>kuhle angithi?!<\/em><\/p>\n<p>Nanti uhla lwamalungelo abalulekile ayi-10 onawo futhi okumele uwazi:<\/p>\n<p><strong>1) Ukulingana<\/strong><\/p>\n<p>Ilungelo lokulingana yilungelo lokuqala kuMqulu wamaLungelo. Isigaba sesi-9 soMthethosisekelo sithi \u201cwonke umuntu uyalingana phambi komthetho, futhi unelungelo elilinganayo lokuvikelwa ngumthetho nokusizakala ngoMthetho.\u201d UMthethosisekelo wethu muhle kakhulu ngoba uyasho ukuthi akekho umuntu okumele abandlulule omunye ngenxa \u201cyobuhlanga, ubulili, ukukhulelwa, isimo somuntu kwezomshado, ubuzwe noma umphakathi umuntu adabuka kuwo, ibala, ubulili umuntu azifanisa noma afaniswa nabo, iminyaka, ukukhubazeka, inkolo, unembeza, inkolelo, isiko, ulimi kanye nokuzalwa.\u201d Ngalokho, noma ngabe umhlophe noma umnyama, uyisitabane, awusona noma awuqondile ngokobulili, umncane noma umdala, uyi-<em>Muslim<\/em>, ungu-Mkhrestu, ungum-Hindu, Awukholwa, kanye nanoma yini phakathi kwakho, sonke sibukeka silingana futhi sinamalungelo alinganayo. Kodwa ukulingana kuMthethosisekelo kuyaqhubeka kulokhu! Uyakhumbula ukuthi ngenxa yobandlululo kanye nokungabi nobulungiswa kwaphambilini, umbuso ungawaphatha ngokuhlukana, ukuzama ukuqinisekisa ukuthi singumphakathi olingana kakhulu kusasa.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>2) Isithunzi somuntu<\/strong><\/p>\n<p>Wonke umuntu ongumuntu ufanele ukuthi ahlonishwe. <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/bills\/isahluko-2-umqulu-wamalungelo\/\">Ngaphansi koMqulu wamaLungelo<\/a>\u00a0wonke umuntu eNingizimu Afrika unelungelo lokuthi isithunzi sakhe sihlonishwe futhi sivikelwe. Ilungelo lesithunzi liqinisa futhi leseka amanye amalungelo amaningi kuMthethosisekelo. Isibonelo; ngungaba nzima ukuthi umuntu aphile impilo enesithunzi ngaphandle kokuthi abe nokudla noma amanzi \u2013 lokhu kuveza ukuthi ilungelo lokudla kanye namanzi lihlangene nelungelo lesithunzi.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>3) Inkululeko nokuphepha komuntu<\/strong><\/p>\n<p>Lena yindlela <em>yobumeli <\/em>yokuthi wonke umuntu unelungelo lokuthi angaboshelwa into engekho, futhi akekho umuntu okumele ahlushwe noma aphathwe ngendlela engenabo Ubuntu. Kuphinde kusho ukuthi wonke umuntu kumele akhululeke kuzo zonke izinhlobo zodlame, noma ngabe bayaphi.<\/p>\n<p>Uma ucabanga ukuthi ilungelo lakho lenkululeko lephuliwe noma ngabe ukuphi ungathatha isinyathelo\u2013 <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/thatha-isinyathelo\/\">thola manje lapha<\/a>.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>4) Inkululeko kwezenkolo<\/strong><\/p>\n<p>\u201cWonke umuntu unelungelo lokuba nenkululeko kanembeza, eyenkolo, eyokucabanga, eyenkolelo kanye neyombono.\u201d Lokhu kusho ukuthi ungakholelwa kunoma yini oyithandayo \u2013 futhi kusho ukuthi kumele uhloniphe ilungelo lawo wonke umuntu lokukholelwa kunoma yini abafuna ukukholelwa kuyo.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>5) Ukuveza imibono ngokukhululeka<\/strong><\/p>\n<p>Izwi lakho kanye nombono wakho kubalulekile. Futhi uMqulu wamaLungelo uyakuveza lokhu. Ngaphansi kwaleli lungelo, unelungelo lokusho lokhu ofuna ukukusho, uma nje kungabukeli phansi noma kungaqhudelani namalungelo abanye abantu. Enye ingxenye ebalulekile yaleli lungelo ukuthi livikela inkululeko yabezindaba. Lokhu kubalulekile ngoba kusho ukuthi abezindaba kanye namaphepha bazimele, futhi abalawulwa uhulumeni, futhi banelungelo lokubika izindaba ngendlela abacabanga ukuthi ilungile.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>6) Izindlu <\/strong><\/p>\n<p>Wonke umuntu ohlala eNingizimu Afrika unelungelo lokuthola izindlu. Lokhu kusho ukuthi unelungelo lokuba nophahla phezu kwakho futhi kungumsebenzi wombuso (uHulumeni) ukuqinisekisa ukuthi wonke umuntu uyalithola ilungelo lakhe. Kodwa ilungelo liyabona ukuthi ukuhlinzeka wonke umuntu ngezindlu kuyabiza futhi, ngakho-ke, esikhundleni sokufuna ukuthi umbuso uhlinzeke ngezindlu kuwo wonke umuntu ngokushesha, uMthethosisekelo uthi uMbuso awuhlinzeke abantu abaningi ngezindlu njalo ngonyaka, kuze kube wonke umuntu uyakwazi ukuthola lelo lungelo.<\/p>\n<p>Leli lungelo libalulekile ngoba lithi akekho umuntu ongakukhipha endlini noma ongathatha Indlu yakho ngaphandle kokuthi inkantolo isho njalo.<\/p>\n<p>Uma wena, noma umuntu omaziyo, esatshiswa ngokuthi uzokhishwa endlini, uma ucabanga ukuthi ukukhishwa endlini akukho emthethweni, kunezinhlangano ezingakusiza. <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/thatha-isinyathelo\/\">Thola kabanzi lapha<\/a>.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>7) Ukunakekelwa ngezempilo, ukudla, amanzi, nenhlalakahle<\/strong><\/p>\n<p>Kubekwe kwacaca Esigabeni sama-27 soMthethosisekelo ochungechungeni lwamalungelo amaqondana nezempilo. Unelungelo lokunakekelwa ngokwezempilo, okubandakanya ukunakekelwa kwezempilo okuqondene nokubeletha, okubamndakanya ilungelo lokuthola izivikeli kukhulelwa. Kodwa-ke, njenge lungelo lokuthola izindlu, leli lungelo kumele libonwe ngokuqhubeka, esikhundleni sokubonwa zisuka nje. Lokhu kusho ukuthi, ngokuhamba kwesikhathi, wonke umuntu kumele akwazi ukuthola ukunakekelwa kwezempilo, noma ngabe abanjalo okwamanje. Kodwake, wonke umuntu unelungelo lokuthola ukunakekelwa kwezempilo njengamanje, futhi akwazi ukubona udokotela noma athola ukunakekelwa okuphuthumayo kwezempilo uma ukudinga. Ngaphansi kwaleli lungelo unelungelo lokudla kanye namanzi.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>8) Izingane<\/strong><\/p>\n<p>Ngaphansi kwamloMqulu wamaLungelo, izingane (wonke umuntu ongaphansi kweminyaka eyi-18) namalungelo ahlukile. Lamalungelo abhalwe Esigabeni sama-28 soMthethosisekelo futhi athatha izimfuno zezingane njengezibalulekile kakhulu.<\/p>\n<p>Amalungelo ezingane ubandakanya:<\/p>\n<ul>\n<li>Ilungelo lokuba negama nobuzwe ngesikhathi zizalwa.<\/li>\n<li>Ilungelo lokuba nomndeni noma umuntu ozonakekela ingane.<\/li>\n<li>Ilungelo lokuthola ukudla okunomsoco, indawo yokuhlala, ukusizakala ngokwelashwa okuyisisekelo kanye nokusizakala ngezenhlalakahle.<\/li>\n<li>Ilungelo lokuvikelwa ekuphathweni ngendlela engafanele, ukunganakekelwa, ukuhlukunyezwa kanye nokuphathwa ngendlela eyehlisa isithunzi \u2013 <em>leli libaluleke kakhulu!<\/em><\/li>\n<li>Ilungelo lokungaphoqwa ukuthi isebenze.<\/li>\n<li>Ilungelo lokungadingeki noma ukungavunyelwa ukuthi yenze umsebenzi \u201cobeka engcupheni inhlalakahle, imfundo, impilo ngokomzimba noma ngokwengqondo noma ngokomoya, kwesimilo noma kobudlelwano nomphakathi, kwengane.\u201d<\/li>\n<li>Ilungelo lokungaboshwa noma ukungaboshwa isikhathi eside. Uma ingane iboshiwe inelungelo lokuhlukaniswa kubantu abangaphezu kweminyaka eyi-18.<\/li>\n<li>\u201cLokuba nommeli okhishwe umbuso, ozokhokhelwa uhulumeni, emacaleni ombango othinta ingane, uma ukunganikezwa ummeli kungaba nomphumela wokwehluleka okukhulu kobulungiswa.\u201d<\/li>\n<li>Ilungelo \u201clokungasetshenziswa ngqo ekulweni kuhlonyiwe, kanye nelokuvikelwa ngazo zonke izikhathi lapho kuliwa kuhlonyiwe.\u201d<\/li>\n<\/ul>\n<p>Khumbula la malungelo \u2013 abalulekile kakhulu futhi engenza umahluko omkhulu empilweni yakho. Uma ungaphansi kweminyaka eyi-18, futhi ucabanga ukuthi amalungelo akho awahloshwa.<\/p>\n<p><strong>\u00a0<\/strong><\/p>\n<p><strong>9) Imfundo<\/strong><\/p>\n<p>\u201cWonke umuntu unelungelo lokuthola imfundo eyisisekelo, kuhlanganisa imfundo eyisisekelo yabantu abadala; kanye nelemfundo eqhubekayo, okufanele ukuthi umbuso ngezinyathelo ezifanele uyenze iqhubeke nokutholakala futhi kufinyeleleke kuyona.\u201d- Isigaba sama-29 soMthethosisekelo waseNingizimu Afrika #<em>enoughsaid<\/em><\/p>\n<p>Imfundo ibalulekile futhi sonke sinelungelo lokufunda ukuze siphumelele empilweni. Uma ucabanga ukuthi izakhiwo esikoleni sakho, noma izinga lemfundo olutholayo lingaphansi, <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/thatha-isinyathelo\/\">kunezinhlangano ezingakusiza ukuthi uthathe ilungelo lakho<\/a>.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p><strong>10) Kunamanye amalungelo ayi-18 abaliwe kuMqulu wamaLungelo angakusiza ukuthi uphile impilo enesithunzi, ungafunda kabanzi ngawo wonke lawa malungelo <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/bills\/isahluko-2-umqulu-wamalungelo\/\">lapha<\/a>.\u00a0<\/strong><\/p>\n<p>Uma ucabanga ukuthi khona owephula amalungelo akho ungabayekisa! <a href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/thatha-isinyathelo\/\">Thatha isinyathelo manje.<\/a><\/p>\n","protected":false},"excerpt":{"rendered":"<p>UMqulu wamaLungelo: amalungelo ayi-10 abalulekile Amalungelo abantu ayingxenye abalulekile ezimpilweni zabo bonke abantu, amalungelo wena, [&hellip;]<\/p>\n","protected":false},"author":3,"featured_media":1082,"comment_status":"open","ping_status":"open","sticky":false,"template":"","format":"standard","meta":{"_mi_skip_tracking":false},"categories":[9],"tags":[],"acf":[],"yoast_head":"<!-- This site is optimized with the Yoast SEO plugin v19.11 - https:\/\/yoast.com\/wordpress\/plugins\/seo\/ -->\n<title>Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional<\/title>\n<meta name=\"robots\" content=\"index, follow, max-snippet:-1, max-image-preview:large, max-video-preview:-1\" \/>\n<link rel=\"canonical\" href=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/\" \/>\n<meta property=\"og:locale\" content=\"zu_ZA\" \/>\n<meta property=\"og:type\" content=\"article\" \/>\n<meta property=\"og:title\" content=\"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional\" \/>\n<meta property=\"og:description\" content=\"UMqulu wamaLungelo: amalungelo ayi-10 abalulekile Amalungelo abantu ayingxenye abalulekile ezimpilweni zabo bonke abantu, amalungelo wena, [&hellip;]\" \/>\n<meta property=\"og:url\" content=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/\" \/>\n<meta property=\"og:site_name\" content=\"Keep It Constitutional\" \/>\n<meta property=\"article:published_time\" content=\"2019-04-05T09:26:13+00:00\" \/>\n<meta property=\"og:image\" content=\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/wp-content\/uploads\/2019\/04\/Blog-BOR-colour.jpg\" \/>\n\t<meta property=\"og:image:width\" content=\"1474\" \/>\n\t<meta property=\"og:image:height\" content=\"701\" \/>\n\t<meta property=\"og:image:type\" content=\"image\/jpeg\" \/>\n<meta name=\"author\" content=\"Edge Digital\" \/>\n<meta name=\"twitter:card\" content=\"summary_large_image\" \/>\n<meta name=\"twitter:label1\" content=\"Written by\" \/>\n\t<meta name=\"twitter:data1\" content=\"Edge Digital\" \/>\n\t<meta name=\"twitter:label2\" content=\"Est. reading time\" \/>\n\t<meta name=\"twitter:data2\" content=\"5 minutes\" \/>\n<script type=\"application\/ld+json\" class=\"yoast-schema-graph\">{\"@context\":\"https:\/\/schema.org\",\"@graph\":[{\"@type\":\"WebPage\",\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/\",\"url\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/\",\"name\":\"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional\",\"isPartOf\":{\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#website\"},\"datePublished\":\"2019-04-05T09:26:13+00:00\",\"dateModified\":\"2019-04-05T09:26:13+00:00\",\"author\":{\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/2feca7079fb97f47a68af44b0589e73f\"},\"breadcrumb\":{\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/#breadcrumb\"},\"inLanguage\":\"zu-ZA\",\"potentialAction\":[{\"@type\":\"ReadAction\",\"target\":[\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/\"]}]},{\"@type\":\"BreadcrumbList\",\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/#breadcrumb\",\"itemListElement\":[{\"@type\":\"ListItem\",\"position\":1,\"name\":\"Home\",\"item\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/\"},{\"@type\":\"ListItem\",\"position\":2,\"name\":\"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile\"}]},{\"@type\":\"WebSite\",\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#website\",\"url\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/\",\"name\":\"Keep It Constitutional\",\"description\":\"Campaign for Constitutional Literacy\",\"potentialAction\":[{\"@type\":\"SearchAction\",\"target\":{\"@type\":\"EntryPoint\",\"urlTemplate\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/?s={search_term_string}\"},\"query-input\":\"required name=search_term_string\"}],\"inLanguage\":\"zu-ZA\"},{\"@type\":\"Person\",\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/2feca7079fb97f47a68af44b0589e73f\",\"name\":\"Edge Digital\",\"image\":{\"@type\":\"ImageObject\",\"inLanguage\":\"zu-ZA\",\"@id\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/image\/\",\"url\":\"https:\/\/secure.gravatar.com\/avatar\/94341322880b8e1cfeb314da274732b0?s=96&d=mm&r=g\",\"contentUrl\":\"https:\/\/secure.gravatar.com\/avatar\/94341322880b8e1cfeb314da274732b0?s=96&d=mm&r=g\",\"caption\":\"Edge Digital\"},\"url\":\"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/author\/edgedigital\/\"}]}<\/script>\n<!-- \/ Yoast SEO plugin. -->","yoast_head_json":{"title":"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional","robots":{"index":"index","follow":"follow","max-snippet":"max-snippet:-1","max-image-preview":"max-image-preview:large","max-video-preview":"max-video-preview:-1"},"canonical":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/","og_locale":"zu_ZA","og_type":"article","og_title":"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional","og_description":"UMqulu wamaLungelo: amalungelo ayi-10 abalulekile Amalungelo abantu ayingxenye abalulekile ezimpilweni zabo bonke abantu, amalungelo wena, [&hellip;]","og_url":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/","og_site_name":"Keep It Constitutional","article_published_time":"2019-04-05T09:26:13+00:00","og_image":[{"width":1474,"height":701,"url":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/wp-content\/uploads\/2019\/04\/Blog-BOR-colour.jpg","type":"image\/jpeg"}],"author":"Edge Digital","twitter_card":"summary_large_image","twitter_misc":{"Written by":"Edge Digital","Est. reading time":"5 minutes"},"schema":{"@context":"https:\/\/schema.org","@graph":[{"@type":"WebPage","@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/","url":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/","name":"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile - Keep It Constitutional","isPartOf":{"@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#website"},"datePublished":"2019-04-05T09:26:13+00:00","dateModified":"2019-04-05T09:26:13+00:00","author":{"@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/2feca7079fb97f47a68af44b0589e73f"},"breadcrumb":{"@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/#breadcrumb"},"inLanguage":"zu-ZA","potentialAction":[{"@type":"ReadAction","target":["https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/"]}]},{"@type":"BreadcrumbList","@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/umqulu-wamalungelo-amalungelo-abalulekile\/#breadcrumb","itemListElement":[{"@type":"ListItem","position":1,"name":"Home","item":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/"},{"@type":"ListItem","position":2,"name":"Umqulu wamaLungelo \u2013 amalungelo abalulekile"}]},{"@type":"WebSite","@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#website","url":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/","name":"Keep It Constitutional","description":"Campaign for Constitutional Literacy","potentialAction":[{"@type":"SearchAction","target":{"@type":"EntryPoint","urlTemplate":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/?s={search_term_string}"},"query-input":"required name=search_term_string"}],"inLanguage":"zu-ZA"},{"@type":"Person","@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/2feca7079fb97f47a68af44b0589e73f","name":"Edge Digital","image":{"@type":"ImageObject","inLanguage":"zu-ZA","@id":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/#\/schema\/person\/image\/","url":"https:\/\/secure.gravatar.com\/avatar\/94341322880b8e1cfeb314da274732b0?s=96&d=mm&r=g","contentUrl":"https:\/\/secure.gravatar.com\/avatar\/94341322880b8e1cfeb314da274732b0?s=96&d=mm&r=g","caption":"Edge Digital"},"url":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/author\/edgedigital\/"}]}},"_links":{"self":[{"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/1086"}],"collection":[{"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/posts"}],"about":[{"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/types\/post"}],"author":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/users\/3"}],"replies":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/comments?post=1086"}],"version-history":[{"count":2,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/1086\/revisions"}],"predecessor-version":[{"id":1088,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/1086\/revisions\/1088"}],"wp:featuredmedia":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/media\/1082"}],"wp:attachment":[{"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/media?parent=1086"}],"wp:term":[{"taxonomy":"category","embeddable":true,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/categories?post=1086"},{"taxonomy":"post_tag","embeddable":true,"href":"https:\/\/www.keepitconstitutional.co.za\/zu\/wp-json\/wp\/v2\/tags?post=1086"}],"curies":[{"name":"wp","href":"https:\/\/api.w.org\/{rel}","templated":true}]}}