fbpx

Isahluko 2: Ukulingana

Ngokomlando waseningizimu Afrika, ezinye izincenye zabantu bezingaphathwa kahle. Kodwa ke ikusasa lethu lenzelwe ukuba kuphilwe ngokulingana, njengoba UMthethosisekelo ubeka ukuthi ukulingana, yindlela yokuphila. Kusho ukuthini lokhu? Thola esahlukweni sesibili se Keep it Constitutional (Gcina Umthethosisekelo).

Dlulisa Enkundleni Zokuxhumana